Steve Kekana

A Ngeke Siwakhe

Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Intombi yam' ihlakaniphile
Ngisho nami ngiyisoka layo akangitholi
Iyangixaka bakithi
Ukuhlakanipha kwayo sekuyongicasula
Ngoba yonke into ufun' ukuthi ngizwe ngayo
Kanti angeke ngikhone
Lokho angeke kwenzeke

Angeke siwakhe umuzi mina naye
Angangcina sengidonsa ngebeshu into engakaze
Ngiyibone kubazali bami