Shwi No Mtekhala

Abelungu


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Wangijikela umuntu mina
Bengimethemba ngenhliziyo yami yonke
Wangijikela umuntu mina
Bengimethemba ngenhliziyo yami yonke
Wangijikela umuntu mina
Bengimethemba ngenhliziyo yami yonke

Ingane zami zizosala nobani
Ma usungibulala sihlobo sami
Ingane zami zizosala zisidlani nha
Ma usungibulala ngani yakwethu
Wangijikela umuntu mina
Bengimethemba ngenhliziyo yami yonke

Homsaba umuntu
Ngoba umuntu akathenjwa
Homsaba umuntu
Ngoba umuntu uyajika
Ngeke ngiphinde ngimethembe umuntu
Umuntu uyajika ubomsaba nawe
Ngeke ngiphinde ngimethembe umuntu
Umuntu uyajika ubomsaba nawe
Homsaba umuntu
Ngoba umuntu akathenjwa
Homsaba umuntu
Ngoba umuntu uyajika

Noma ngingafa ngifela amahala (ngoba umuntu akathenjwa)
Noma ngingafa mina (ngoba umuntu uyajika)
Noma ngingafa ngifela into engekho (ngoba umuntu akathenjwa)
Noma ngingafa mina (ngoba umuntu uyajika)

Kanti emhlabeni kunjani
Ngasengijikelwa yishlobo sami
Kanti emhlabeni kunjani
Ngasengibulawa yintwana yakwethu

Ha (Kulungile) hahaha (kwenze konke)
Ha (Ungakhohlwa ukuthi) ngabantwa bami (yini ikhaya)
Ha (Kulungile) hahaha (kwenze konke)
Ha (Ungakhohlwa ukuthi) ngengane zami (yini ikhaya)
Ngeke ngiphinde ngimethembe umuntu
Umuntu uyajika ubomsaba nawe

Homsaba umuntu
Ngoba umuntu akathenjwa
Homsaba umuntu
Ngoba umuntu uyajika

Ingane zami zizosala nobani
Ma usungibulala sihlobo sami
Ingane zami zizosala zisidlani nha
Ma usungibulala ngani yakwethu
Kanti emhlabeni kunjani
Nanku ngibulawa yishlobo sami
Kanti emhlabeni kunjani
Nanku ngibulawa yintwana yakwethu
Wangijikela umuntu mina
Bengimethemba ngenhliziyo yami yonke

Ngeke ngiphinde ngimethembe umuntu
Umuntu uyajika ubomsaba nawe
Ngeke ngiphinde ngimethembe umuntu
Umuntu uyajika ubomsaba nawe
Homsaba umuntu
Ngoba umuntu akathenjwa
Homsaba umuntu
Ngoba umuntu uyajika

Noma ngingafa ngifela amahala (ngoba umuntu akathenjwa)
Noma ngingafa mina (ngoba umuntu uyajika)
Noma ngingafa ngifela into engekho (ngoba umuntu akathenjwa)
Noma ngingafa mina (ngoba umuntu uyajika)

Kanti emhlabeni kunjani
Ngasengijikelwa yishlobo sami
Kanti emhlabeni kunjani
Ngasengibulawa yintwana yakwethu