Abafana Baseqhudeni

Angitholi Mpendulo


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Ngathi ngifik'ekhaya
Ngathol'abazali
Bebheke phansi
Bengafun'ukungibuk'ebusweni

Ngithi ngibuz'impilo
Angitholi mpendulo

Ngithi ngibuz'impilo
Angitholi mpendulo (Kubaba nomama mina)
Ngase ngiyabuza ukuthi
Kwenze njani la ekhaya

Ngithi ngibuz'impilo
Angitholi mpendulo (Kubazali bam)
Ngase ngiyabuza ukuthi
Kwenze njani la ekhaya

Ngithi ngibuz'impilo
Angitholi mpendulo (Kubaba nomama mina)
Ngase ngiyabuza ukuthi
Kwenze njani la ekhaya
Ngithi ngibuz'impilo
Angitholi mpendulo

Ngathi ngiyabuza kubaba
Kwakhex'imilomo
Ngathi ngibuza kumama wami
Wakhal'izinyembezi

Ngathi ngiyabuza kubaba
Kwakhex'imilomo
Ngathi ngibuza kuma
Wakhal'izinyembezi

Ngathi ngiyabuza kubaba
Kwakhex'imilomo
Ngathi ngibuza kumama wami
Wakhal'izinyembezi

Ngathi ngiyabuza kubaba
Kwakhex'imilomo
Ngathi ngibuza kuma
Wakhal'izinyembezi

Ngathi ngiyabuza kubaba
Kwakhex'imilomo
Ngathi ngibuza kumama wami
Wakhal'izinyembezi

Ngithi ngibuz'impilo
Angitholi mpendulo (Kubaba nomama mina)
Ngase ngiyabuza ukuthi
Kwenze njani la ekhaya

Ngithi ngibuz'impilo
Angitholi mpendulo (Kubazali bami)
Ngase ngiyabuza ukuthi
Kwenze njani la ekhaya

Ngithi ngibuz'impilo
Angitholi mpendulo