Soul Brothers

Awusaxoli Na


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Ngiyaz'ukuthi ngonile kuwena
Kanti awusaxoli yini na?
Kanti awusangizweli yini na?

Ngiyaz'ukuthi ngonile kuwena
Kanti awusaxoli yini na?
Kanti awusangizweli yini na?

Kuyaxatshanwa
Kodwa kubuye kuxolelwane
Kuyaxatshanwa
Kodwa kubuye kuxolelwane

Ngiyaz'ukuth'uma ngingalahlawa nguwe
Ngisasekud'ukuthol'ofana nawe
Ngiyaz'ukuth'uma ngingalahlawa nguwe
Ngisasekud'ukuthol'ofana nawe

Kuyaxatshanwa
Kodwa kubuye kuxolelwane
Kuyaxatshanwa
Kodwa kubuye kuxolelwane

Kuyaxatshanwa
Kodwa kubuye kuxolelwane

Ngiyaz'ukuthi ngonile kuwena
Kanti awusaxoli yini na?
Kanti awusangizweli yini na?