
Bafana Abancane
Bafana abancane
Ake niyek'ukwenz'int'engalunganga
Bafana abancane
Ake niyek'ukwenz'int'engalunganga
Bafana abancane
Ake niyek'ukwenz'int'engalunganga
Nijwayele
Ukukhuthuz'izalukazi
Anisathembekile
Nijwayele
Ukukhuthuz'izalukazi
Anisathembekile
Nijwayele
Ukukhuthuz'izalukazi
Anisathembekile
Izolo lokhu nginibon'emabhasini bafan'abancane
Benimenzani loya magogo
Izolo lokhu nginibon'emabhasini bafan'abancane
Benimenzani lomnt'omdala kangaka
Izolo lokhu nginibon'emabhasini bafan'abancane
Benimenzani loya magogo
Bajwayele
Ukukhuthuz'izalukazi
Aw ihlaz'elingaka
Abasathembekile
Aw ihlaz'elingaka bafan'abancane
Bajwayele
Ukukhuthuz'izalukazi
Oh ke niyek'omagogo bafan'abancane
Abasathembekile
Kodwa niyosebenza nini
Bajwayele
Ukukhuthuz'izalukazi
Ngob'ihlaz'elingaka
Abasathembekile
Oh angeke nibenampumelelo ke bafan'abancane
Oh nasi iseluleko engininika weh abancane
Oh nasi iseluleko engininika weh bafana abancane
Oh nasi iseluleko weh bafana abancane
Sebenzani
Niyek'ukukhuthuz'izalukazi
Ubosebenza weh mfan'omncane
Sebenzani
Niyek'ukukhuthuz'izalukazi
Oh kusasa le kukhona nizothol'impumelelo
Sebenzani
Niyek'ukukhuthuz'izalukazi
Oh ngisho ngoba namadloz'akini azonifulathela weh bafana abancane
Sebenzani
Niyek'ukukhuthuz'izalukazi
Oh ngiyanikhuza bafana abancane
Sebenzani
Niyek'ukukhuthuz'izalukazi
Oh kuyavukelwa bafana abancane