Shwi No Mtekhala

Imali Yegazi

Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Ungnikez' imali
Uthi angiyobulala
Umbona ngoba ngingasebenzi
Ungnikez' imali
Uthi angiyobulala
Umbona ngoba ngingasebenzi

Ngeke insiza ngalutho imali lena
Ngeke ingisize ngalutho
Kunokuba ingisize
Inghlanganela lokuhlupheka imali yakho

Hamba nemali yakho yegazi
Hamba ushone mngani wami
Hamba nemali yakho yegazi (ngeke ngeke)
Hamba ushone mngani wami (ezami ingane ziphile ngegazi)

Ngeke ingisize ngalutho (ukuhluphe kwami kwaziwa yimi)
Ngeke ingisize ngalutho (usizi lwami ngeke uluqede)
Kunokuba ingisize (ukuhluphe kwami kwaziwa yimi)
Inghlanganela lokuhlupheka imali (Usizi lwami ngeke uluqede)

Ubona ngoba ngingasebenzi