Abafana Baseqhudeni

Insizwa Zodwa


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Hayi hayi umama
Umama uzele
Ngoba wazala
Wazal'iyinsizwa zodwa

Hayi umama
Umama uzele
Ngoba wazala
Wazal'iyinsizwa zodwa

Hayi hayi umama
Umama uzele
Ngoba wazala
Wazal'iyinsizwa zodwa

Owokuqala uvus'umuzi
Owesibili umathand'imfundo
Owesithathu umathand'ukulima
Owe owesine umathand'isonto
Sigcine ngothunjana umathand'utshwala
Hayi umama uzel'iyinsizwa zodwa

Hayi umama
Umama uzele
Ngoba wazala
Wazal'iyinsizwa zodwa

Zithi leyintombi
Zith'iyintomb' lomam'uzel'iyinsizwa zodwa
Zona ziyajabula zizothola khon'umendo

Zithi leyintombi
Zith'iyintomb' lomam'uzel'iyinsizwa zodwa
Zona ziyajabula
Ziyajabula zizothola khon'umendo

Zithi leyintombi
Zith'iyintomb' lomam'uzel'iyinsizwa zodwa
Zona ziyajabula
Ziyajabula zizothola khon'umendo

Umama wazala
Wazala iyinsizwa zodwa

Heh uma umama wazala
Wazala iyinsizwa zodwa

Heh umama umama wazala
Wazala iyinsizwa zodwa