Steve Kekana

Isithombe Sami


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Ngiyamazi umtanam
Futhi ngiyazi ukuthi
Kufanele ngimondle
Ngiyamazi umtanam
Angiliphiki icala
Kufanale ngimondle

Undaba zabantu
Ungenaphi na
Umuhle yena
Ungena ngasiph' isizathu
Undaba zabantu
Ungenaphi na
Umuhle yena
Ungena ngasiph' isizathu

Ngingamphika kanjani lomtwana
Efana nami kanjena
Uyambona nawe
Uyisithombe sami
Ngingamphika kanjani lomtwana
Efana nami kanjena
Uyambona nawe
Uyisithombe sami
Ngingamphika kanjani lomtwana
Efana nami kanjena
Uyambona nawe
Uyisithombe sami

Ngiyamazi umtanam
Futhi ngiyazi ukuthi
Kufanele ngimondle
Ngiyamazi umtanam
Angiliphiki icala
Kufanale ngimondle

Undaba zabantu
Ungenaphi na
Umuhle yena
Ungena ngasiph' isizathu
Undaba zabantu
Ungenaphi na
Umuhle yena
Ungena ngasiph' isizathu

Ngingamphika kanjani lomtwana
Efana nami kanjena
Uyambona nawe
Uyisithombe sami

Ngingamphika kanjani lomtwana
Efana nami kanjena
Uyambona nawe
Uyisithombe sami

Ngingamphika kanjani lomtwana
Efana nami kanjena
Uyambona nawe
Uyisithombe sami

Ngingamphika kanjani lomtwana
Efana nami kanjena
Uyambona nawe
Uyisithombe sami

Ngingamphika kanjani lomtwana
Efana nami kanjena
Uyambona nawe
Uyisithombe sami

Ngingamphika kanjani lomtwana
Efana nami kanjena
Uyambona nawe
Uyisithombe sami