Naima Kay

Ithuba


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Ungisuse phansi wangibonis'impilo
Wangibek'emeveni
Ngob'ufuna ngifund'impilo
Abant'antabani bebengabaza
Bethi ngubani lomntwana lo
Angisafuni ngiloku ngichaza, ngibika
Oh, iminyango yam'ivuliwe

Bheka bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahlon

Wangisusa phansi wangibonis'impilo
Wangibek'emeveni
Ngob'ufuna ngifund'impilo
Abant'antabani bebengabaza
Bethi ngubani lomntwana lo
Angisafuni ngiloku ngichaza, ngibika
Oh, iminyango yam'ivuliwe

Bheka bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Ngiyitholil'indlela yam
Engizohamba ngayo
Nguwe wedw'ithemba lami
Nkosi hamba nami
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba
Sengizokukhonza ngingenamahloni

Bengihamba, ngifuna, ngingatholi
Ngidavuz'indlela ngingayiboni
Wangiph'elinyithuba