
Izitha Ziyajabha
Niyaz'yini ukuthi izitha
Ziyajabha
Uma zibona ningaxabani
Niyaz'yini ukuthi izitha
Ziyajabha
Zona uma zibona ningaxabani
Um'onhliziyo mbi
Beke banilalela
Nixabana bajabula kabi
Sebejabula ke bona
Um'onhliziyo mbi
Beke banilalela
Nixabana bajabula kabi
Sebe, sebe, sebeyajabula ke bona
Um'onhliziyo mbi
Bebeke banilalela
Nixabana bajabula kabi
Siyanicela zithandani
Ningaboxabana kuze kubone nezitha zenu
Si, siyanicela ke (Siyanicela zithandani)
Ningaboxabana kuze kubone nezitha zenu
Si, siyanicela (Siyanicela zithandani)
Ningaboxabana kuze kubone nezitha zenu
Ngob'onhliziyo mbi
Bebeke banilalela
Nixabana bajabula kabi
Sebeyajabula bona ke
Ngob'onhliziyo mbi
Bebeke banilalela
Nixabana bajabula ababi
Sebeya, sebeya, sebeya, sebeyajabula
Ngob'onhliziyo mbi
Bebeke banilalela
Nixabana bajabula kabi
Niyaz'yini ukuthi izitha
Ziyajabha
Uma zibona ningaxabani
Niyaz'yini ukuthi izitha
Ziyajabha
Zona uma zibona ningaxabani
Niyaz'yini ukuthi izitha