Mubi Umakhelwane
Mub'umakhelwane
Esithi sakhelene
Ebethuth'izindaba
Mubi
Mub'umakhelwane
Esithi sakhelene 'bethuth'izindaba
Mub'umakhelwane
Esithi sakhelene 'bethuth'izindaba
Wamub'umakhelwane
Esithi sakhelene 'bethuth'izindaba
Wamub'umakhelwane
Esithi sakhelene 'bethuth'izindaba
(Ndab'azihlangani kodw'abantu bayahlangana)
Ndab'azihlangani makhelwane
Kodw'abantu bayahlangana
Ndab'azihlangani makhelwane
Kodw'abantu bayahlangana
Lezondab'azihlangani makhelwane
Kodw'abantu bayahlangana
Lezondab'azihlangani makhelwane
Kodw'abantu bayahlangana
Hey wena le (Wokhumbul' wokhumbul' ukuthi unyawo alunampumulo)
Hey wena ndoda (Wokhumbul' wokhumbul' ukuthi unyawo alunampumulo)
Hey wena ndoda (Wokhumbul' wokhumbul' ukuthi unyawo alunampumulo)
Hey wena ndoda (Wokhumbul' wokhumbul' ukuthi unyawo alunampumulo)
Ngoba lokufaka laph'ungazi khona
Bese uhlangana nesitha sakho