Ngasengidelile
Ngasengidelile ngithi umntanami sewashona
Ngithi sewangishiya ngithi sewangishiya
Wathola ingozi yemoto egoli
Sengimfunile (ngimfune ngaze ngancama)
Ngasengidelile ngithi umntanami sewashona
Ngithi sewangishiya ngithi sewangishiya
Wathola ingozi yemoto egoli
Sengimfunile mina (ngimfune ngaze ngancama)
Ngasengidelile ngithi umntanami sewashona
Ngithi sewangishiya ngithi sewangishiya
Wathola ingozi yemoto egoli
Sengimfunile mina (ngimfune ngaze ngancama)
Wangifonela udawethu wangitshela ukuthi uyabonakala
Wathi uyabonakala ubonakala eGoli ku nugert
Nase Thekwini ePoint
Bangitshela ukuthi ukhona
Wangifonela udawethu wangitshela ukuthi uyabonakala
Wathi uyabonakala ubonakala eGoli ku nugert
Nase Thekwini ePoint
Bangitshela ukuthi ukhona
Ngasengidelile ngithi umntanami sewashona
Ngithi sewangishiya
Wathola ingozi yemoto egoli
Sengimfunile (ngimfune ngaze ngancama)
Ngama ngambona umntanami
Egwaqweni ehamba enqunu
Kwavele kwafika izinyembezi
Izinyembezi ngicabanga imali yami
Ngama ngambona umntanami
Egwaqweni ehamba enqunu
Kwavele kwafika izinyembezi
Izinyembezi ngicabanga imali yami
Ngama ngambona umntanami
Egwaqweni ehamba enqunu
Kwavele kwafika izinyembezi
Izinyembezi ngicabanga imali yami
Selize liyoshona
Mama bathi ube lana
Ngithi ngizamela yena
Ngizama impilo engcono
Kodwa yena wabukisa ngami
Selize liyoshona
Mama bathi ube lana
Ngithi ngizamela yena
Ngizama impilo engcono
Kodwa yena wabukisa ngami
We mntanami lonyoko wakho wangishiya
Wangishiya besengithembele kuwe
Ngithembele kuwe wavele wabukisa ngami