Abafana Baseqhudeni

Ngifisa Sengathi


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Ngifisa sengathi
Ngingaba yilencwadi yon'engiyibonela wena
Ngifisa sengathi
Ngingaba yilencwadi yon'engiyibonela wena
Ngifisa sengathi
Ngingaba yilencwadi yon'engiyibonela wena

Izandl'eziyivulayo
Kungathi zobe zithinta mina mntakwethu
Izandl'eziyivulayo
Kungathi zobe zithinta mina mntakwethu
Awe sponono senhliziyo yami
Izandl'eziyivulayo
Kungathi zobe zithinta mina mntakwethu
Awe dudu wami

Okungenani okungenani
Ngisale sengifana nenyanga
Yon'ekubon'uhamba ezindaweni
Ezimbi nezintle

Kujabul'isitulo ohlala kuso
Nendlu enombhed'olala kuwo
Awu weh sponono sami

Kujabul'isitulo ohlala kuso
Nendl'enombhed'olala kuwo
Awu weh sponono sami

Ngifisa sengathi
Ngingaba yilencwadi yon'engiyibonela wena