Afrotraction

Ngiyamthanda


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Uma ngimubheka
Inhliziyo ishaya ngamandla,
Uma ngimubheka
Ingcondo yami icabanga ngaye

Nguye lo (bengimbhek'izolo, edlula)
Phela nguye (angilal'ebusuku ngaye ey)
Ng'yahlanya ngaye (ngaye hey)

Mmh hayibo ngiyamthanda (lomuntu lo)
Mina ngiyazifela (ngalo sisi lo)
Bakithi ng'yagcwala (ukumbona nje)
Ngiyamthanda, ngiyamthanda, ngiyamthanda

Ubuso bakhe bungitshela ukuthi naye ungilindile, ooh baby
Amehlo akhe athi kim' sondela, ungibambe ngesandla, ooh baby
Nguye lo (bengimbhek'izolo, edlula)
Nguye lo (angilal'ebusuku ngaye ey)
Ng'yahlanya ngaye (ngaye hey)

Hhayibo ngiyamthanda, (lo muntu lo)
Mina ngiyazifela (ngalosisi lo)
Bakithi ng'yagcwala (ukumbona nje)
Ngiyamthanda, ngiyamthanda, ngiyamthanda

Hhayibo ngiyamthanda (lo muntu lo)
Mina ngiyazifela (ngalosisi lo)
Bakithi ng'yagcwala (ukumbona nje)
Ngiyamthanda, ngiyamthanda, ngiyamthanda

Angilal'ebsuku kusa ng'buka ngamehlo
Ngiyamthanda, ngiyamthanda, ngiyamthanda
Ngiyamthanda, ngiyamthanda, ngiyamthanda
Ngiyamthanda, ngiyamthanda, ngiyamthanda
Ngiyamthanda, ngiyamthanda, ngiyamthanda


Autor(es): MZWANDILE MOYA