
Ngize Qokele Yona
Ma zingaqhamuka lapha singazenze njani
Singalala phansi
Sivukele kuz'izintombi
Ma zingaqhamuka lapha singazenze njani
Yeh bafana singalala phansi
Sivukele kuz'izintombi
Ma zingaqhamuka lapha singazenze njani
Singalala phansi
Sivukele kuz'izintombi
Gabi, gabi, gabi
Yeyami bafana lentombi ngiziqokele yona
Gabi gabi gabi
Yeyami bafana lentombi ngiziqokele yona
Woza sihambe Dali siy'ekhaya kumama
Sweety lami lomkhuhlane ngob'umama
Ngob'umama wami usekhulile
My fohloza wami bo woza sihambe
Woza sihambe Dali siy'ekhaya kumama
Sweety lami lomkhuhlane ngob'umama
Ngob'umama wami usekhulile
My fohloza wami bo woza sihambe
Woza sihambe Dali siy'ekhaya kumama
Themba lami mina bo ngob'umama
Ngob'umama wami usekhulile
Sukuma Dali ungendlalele
Sesikhona emzini kababa ay ungendlalele
Sukuma Dali ungendlalele
Sesikhona emzini kababa sengifun'ukulala
Sukuma Dali ungendlalele
Sesikhona emzini kababa
Woza sihambe
Woza sihambe Dali siy'ekhaya kumama
Uyowashel'umzali wami wena ngob'umama
Ngob'umama wami usekhulile
Ufun'umakoti umama woza sihambe
Woza sihambe Dali siy'ekhaya kumama
Yophekel'umama wami ngob'umama
Ngob'umama wami usekhulile
Akasakwazi nokuhamba woza sihambe
Woza sihambe Dali siy'ekhaya kumama
Themba lami mina bo ngob'umama
Ngob'umama wami usekhulile