Steve Kekana

Ngizobiza Bani


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Kanti lomhlaba ngempel' unjani
Kanti kuliqiniso uyaphenduka
Madoda Kulukhuni
Kusinda kuyehlela
Kanti lomhlaba ngempel' unjani
Kanti kuliqiniso uyaphenduka
Madoda Kulukhuni
Kusinda kuyehlela

Imali yam' isiphelile
Ya bona le beyingenz' umuntu
Othandwa yibobonk' abantu
Kanye nezintombi zendawo
Imali yam' isiphelile
Yona le beyingenz' muntu
Othandwa yibobonk' abantu
Kanye nezintombi zendawo

Ngizothathani ngiyihlanganise nani
Ngizobiza bani esabele
Ngoba wonk' umuntu
Akasafuni nokungazi
Nezintombi azisafuni nokung' bona
Ngizothathani ngiyihlanganise nani
Ngizobiza bani esabele
Ngoba wonk' umuntu
Akasafuni nokungazi
Nezintombi azisafuni nokung' bona

Kanti lomhlaba ngempel' unjani
Kanti kuliqiniso uyaphenduka
Madoda Kulukhuni
Kusinda kuyehlela
Kanti lomhlaba ngempel' unjani
Kanti kuliqiniso uyaphenduka
Madoda Kulukhuni
Kusinda kuyehlela

Imali yam' isiphelile
Ya bona le beyingenz' umuntu
Othandwa yibobonk' abantu
Kanye nezintombi zendawo

Ngizothathani ngiyihlanganise nani
Ngizobiza bani esabele
Ngoba wonk' umuntu
Akasafuni nokungazi
Nezintombi azisafuni nokung' bona
Ngizothathani ngiyihlanganise nani
Ngizobiza bani esabele
Ngoba wonk' umuntu
Akasafuni nokungazi
Nezintombi azisafuni nokung' bona