Matshikos

Nompi

Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Nompi yini ngawe (yini uxabanisa abantu bezwana)
Awufuni kumamela ho
Uzozithola usenyakanyakeni wena
Yekel' indaba zabantu (kantu uwutsheli na)
(hawu yini ngawe)
(ho hololo mama)

Nompi yini ngawe (yini uxabanisa abantu bezwana)
Awufuni kumamela ho
Uzozithola usenyakanyakeni wena
Yekel' indaba zabantu (kantu uwutsheli na)
(hawu yini ngawe)
(ho hololo mama)

Hololo indaga zabantu (azipheli ho howuwo)
Yekel' indaba zabantu (azipheli ho howuwo)
Ngoba ziyaxabanisa (awupheli ho howuwo)
Ngoba ziyaxabanisa (awupheli ho howuwo)

Baxabene abant kungendaba zakho
Baxabene abant kungendaba zakho
Awuyeke awuyeke awuyeke Nompi
Awuyeke awuyeke awuyeke Nompi

Uzokhula nini na awu
(ho hololo ma)

Baxabene abant kungendaba zakho
Baxabene abant kungendaba zakho
Awuyeke awuyeke awuyeke Nompi
Awuyeke awuyeke awuyeke Nompi

Uzokhula nini na awu
(ho hololo ma)
(ho hololo ma)

Yekel' indaga zabantu (azipheli ho howuwo)