
Sijabulis' Izizwe
Mama kaNomvula
Nawe Nomvula
Mama kaNomvula
Anilaleli ngani
Mama kaNomvula
Nawe Nomvula
Mama kaNomvula
Anilaleli ngani
Mama kaNomvula
Nawe Nomvula
Mama kaNomvula
Anilaleli ngani
Bengikhuz'izolo lokhu
Ngithi yekani ukuy'emzini yabantu
Niyokhulum'izindaba
Bengikhuz'izolo lokhu
Ngithi yekani ukuy'emzini yabantu
Niyokhulum'izindaba
Bengikhuz'izolo lokhu
Ngithi yekani ukuy'emzini yabantu
Niyokhulum'izindaba
ESwazini bafana
Ake nibheke namhlanjena
Sebeyanizond'omakhelwane
Ake nibheke namhlanjena
Sebeyanizond'omakhelwane
Ake nibheke namhlanjena
Sebeyanizond'omakhelwane
Awu awu awu anifun'ukulalela
Awu awu awu anifun'ukulalela
Uma nginikhuza
Anilaleli ngani
Uma nginikhuza nithi mangenze njani
Uma nginikhuza
Anilaleli ngani
Uma nginikhuza nithi mangenze njani
Uma nginikhuza
Anilaleli ngani
Uma nginikhuza nithi mangenze njani
Awu awu awu anifun'ukulalela
Awu awu anifun'ukulalela (Aw aw aw)
Awu awu anifun'ukulalela (Aw aw aw)
Awu awu aw anifun'ukulalela (Aw aw aw)
Awu awu awu anifun'ukulalela (Aw aw aw)
Awu awu awu anifun'ukulalela (Aw aw aw)
Awu awu awu anifun'ukulalela (Aw aw aw)
Awu awu awu anifun'ukulalela (Aw aw aw)