Miss Pru DJ

Sondela


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Ngithi sondela my dali
Sondelaeeeh
Ingaba yini impilo hhayi maw'ngekh'eduze kwami
Ingaba yini impilo hhayi maw'ngekh'eduze kwami
Hhawu hhawu ye-eh ngithi ngaphila kanjani ngaphandle kwakho
Hhaayi hheyi angazi ngaphila kanjani ngaphandle kwakho

Sondela Sthandwa
Ngoba mina nawe sophelela kunye
Akekh'ofana nawe
Hlal'eduze kwami
Uliphupho lami

Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela

Hay andazi ndenze njani
Xa ndibona wena
Ndith' uvalo luyabetha
Xa ndicinga ngawe, oh

Ayy my baby come duze
La sigcine khona asiqhubeke
I love the way you hold my waist
You love the way I move it
Come duze, come duze
Asi move
Oh my baby I say I do

Sondela Sthandwa
Ngoba mina nawe sophelela kunye
Akekh'ofana nawe
Hlal'eduze kwami
Uliphupho lami

Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela

Sthandwa sami, mandla ami
Undinika ithemba ukuthi awuhambi
Sthandwa sami, mandla ami
Undinika ithemba lokuthi ungowami

Uthand ‘althengwa ngediymane, negolide, nesiliva
Bath'uthando lwezilima
I would rather be a fool for love
Than to give up on loving you, yeah

Sondela Sthandwa
Ngoba mina nawe sophelela kunye
Akekh'ofana nawe
Aw ngithi sondela my dali, uliphupho lami

Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela
Sondela