Abafana Baseqhudeni

Ubowakheth'amagamakho


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Yeh wena makhelwane
Ubowakheth'amagam'akho
Uma usafun'ukuth sidlelane nawe
Kodw'uyakuthand'ukukhuluma makhelwane wam
Kodw'uyawathand'amazondo eh heh

Yeh wena makhelwane
Ubowakheth'amagam'akho
Uma usafun'ukuth sidlelane nawe
Kodw'uyakuthand'ukukhuluma makhelwane wam
Kodw'uyawathand'amazondo eh heh

Yeh wena makhelwane
Ubowakheth'amagam'akho
Uma usafun'ukuth sidlelane nawe

Ukub'ubaba wam ebesaphila maye
Bekungek'kwenzeke lokhu
Ukub'ubaba wam ebesaphila maye
Bekungek'kwenzeke lokhu

Kodw'ubaba bengekhe akuvume lokhu
Kodw'ubaba bengekhe akuvume lokhu
Kodw'ubaba bengekhe akuvume lokhu
Kodw'ubaba bengekhe akuvume lokhu

Ukuth'inkomo zabo beziwadla zigudl'amasimi akithi

Kodw'ubaba bengekhe akuvume lokhu
Kodw'ubaba bengekhe akuvume lokhu

Ukuth'inkomo zakho beziwadla zigudl'amasimi akithi
Debelele hoha

Yeh wena makhelwane
Ubowakheth'amagam'akho
Uma usafun'ukuth sidlelane nawe
Kodw'uyakuthand'ukukhuluma makhelwane wam
Kodw'uyawathand'amazondo eh heh

Yeh wena makhelwane
Ubowakheth'amagam'akho
Uma usafun'ukuth sidlelane nawe