Steve Kekana

Ubuntu

Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Lomculo siyawudlala siwenza ngokwethu
Sishaye amazwe ngawo senze kubemnandi
Lomculo siyawuthanda siwenza ngokwethu
Siphuma singena ngawo siqhube ubuntu bethu

Lomculo siyawudlala siwenza ngokwethu
Sishaye amazwe ngawo senze kubemnandi
Lomculo siyawuthanda siwenza ngokwethu
Siphuma singena ngawo siqhube ubuntu bethu

Bantu base Africa masibambaneni (sishaye ingoma zethu)
Sishaye amazwe ngazo
Sibambaneni sibabonise
Ukuthi thina siyazi lapho siphuma khona
Bazogcwala ngathi
Bazokhala ngathi

Lomculo siyawudlala siwenza ngokwethu
Sishaye amazwe ngawo senze kubemnandi
Lomculo siyawuthanda siwenza ngokwethu
Siphuma singena ngawo siqhube ubuntu bethu

Lomculo siyawudlala siwenza ngokwethu
Sishaye amazwe ngawo senze kubemnandi
Lomculo siyawuthanda siwenza ngokwethu
Siphuma singena ngawo siqhube ubuntu bethu

Bantu base Africa masiziqhenyeni (sihlale njalo sivuselel' ubuntu bethu)
Sishay' ingoma zethu sibabonise
Ukuthi thina siyazi lapho sivela khona