
Ukukhanya
Ngizo memeza Makufika Injabulo enhlizweni yami
Memeza memeza memeza
Ngizomemeza
Mabufika ubukhanya empilweni yami
Memeza memeza (yohooo)
Ngizo memeza masekuhlangene konke
Masekuhlangene konke empilwe yami
Enhlizweni yami (yooohooo)
Ungasabi ukumeme meme memeza
Masekufikile ukukhanya
Empilweni yakho
Memeza Bhuti
Memeza Sisi
Ngoba bufikile buqcondane nawe
Lobukhanya empilweni yakho
Ungasabi ukumemeza
Memeza memeza memeza (yooohoo)
Masekufika injabulo empilweni yami
Enhlizweni yami
Autor(es): Bongani Dlamini