
Uma Ubheka Izinto
Uma ubhek'izinto kakhulu
Angeke ulunge
Uma ubhek'izinto kakhulu
Angeke ulunge
Uma ubhek'izinto kakhulu
Uzothol'ukhathazeka emoyeni
Uma ubhek'izinto kakhulu
Angeke ulunge
Uma ubhek'izinto kakhulu
Angeke ulunge
Uma ubhek'izinto kakhulu
Uzothol'ukhathazekan'emoyeni
Awubheke izingane
Zenza into zazo
Kodwa wena usuyakhathazela
Sith'awubheke izingane
Zidlala umdlalo wazo
Kodwa wena uyakhathazeka
USibongile
Uhleli nesoka lakhe
Kodwa wena
Usuyakhathazeka
Mfowethu
USibongile
Uhleli nesoka lakhe
Kodwa wena
Usuyakhathazeka
Emoyeni
Awuyek'izingane
Zihlale zodwa
Awuyek'izingane
Zihlale zodwa
Wenziwa yin'ungahlali namany'amadoda
Hey ngiyabuza mfowethu wenziwa yini
Wenziwa yin'ungahlali namany'amadoda
Hey ngiyabuza
Wenziwa yin'ungahlali namany'amadoda
Ucabang'ukuthi
Uhlakaniphile kunabanye
Ucabang'ukuthi
Uhlakaniphile kunabanye
Ucabang'ukuthi
Uhlakaniphile kunabanye
Yekel'iziingane
Zihlale zodwa
Yekel'iziingane
Zihlale zodwa
Yekel'iziingane
Zihlale zodwa
Uma ubhek'izinto uzothol'ukhathazeka emoyeni
Ngiyakutshela mfowethu
Uma ubhek'izinto kakhulu zothol'ukhathazeka emoyeni
Ngiyakutshela mina
Uma ubhek'izinto kakhulu uzothol'ukhathazekana emoyeni
USibongile
Uhleli nesoka lakhe
Kodwa wena
Uyakhathazeka emoyeni