Bekezela

Umbala Wothando


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Ngine thamsanqa
Izintweni zomhlaba engizibonileyo
Ezimangalisayo umbala wothando
Umuhle kakhulu
Ngine thamsanqa
Izintweni zomhlaba engizibonileyo
Ezimangalisayo umbala wothando
Umuhle kakhulu

Ngiwahambile amazwe ngifuna nalombala wothando
Ngibabonile abantu besehla benyuka bedinga

Umbala wothando umuhle kakhulu
Uqhakaza kakhulu absolutely too cool
Iye he eyi umbala wothando

Njengomchilo (njengomchilo)
Wamakhosikazi ovela obala (obala)
Esibhakabhakeni umbala wothando (wuwuwu)
Umuhle kakhulu ihe ya
Njengembali (njengembali)
Eqhakaza endle engena kwesaba
Umbala wothando (wuwuwuw)
Awunama hloni futhi awuzikhukhumezi

Umuhle kakhulu he uqhekeza kakhulu
Absolutly too cool e umbala wothando
Umuhle kakhulu uqhekeza kakhulu
Absolutly too cool umbala wothando

Nake bula pelo yahau
Hau kake (hau kake)
Ubone mbale walerato oh ohoh
Usina hu imelwa kikarabelo
Bula pelo eyo bula pelo eyo
Bula pelo eyo

Umuhle kakhulu he uqhekeza kakhulu
Absolutly too cool e umbala wothando
Umuhle kakhulu uqhekeza kakhulu
Absolutly too cool umbala wothando
Umuhle kakhulu he uqhekeza kakhulu
Absolutly too cool e umbala wothando