Naima Kay

Umsebenzi


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Uhambile
Washiya min'emuva
Kodwa uzobuya
Ubuyele kimi

Uhambile
Washiya min'emuva
Kodwa uzobuya
Ubuyele kimi

Bekumele uhambe
Baby wami
Bekumele ungishiye
Sthandwa sami

Bekumele uhambe
Baby wami
Bekumele ungishiye
Sthandwa sami

So there's no need for me to worry
Ngoba ngiyazi uzobuya
And there's no need for me to cry
Ngoba ngiyazi uzobuya
And there's no need for me to stress
Ngoba ngiyazi uzobuya

Ngiyazi uzobuya
Ngiyazi uzobuya

Ngizokulind'uzubuye
Because I care for you
Ngizokulind'uzubuye
Ngoba ngiyakuthanda

Ngizokulind'uzubuye
Because I care for you
Ngizokulind'uzubuye
Ngoba ngiyakuthanda

Ngesikhathi wen'uhamba
Uthena uzobuya
Ngesikhathi ungishiya
Uthena ngingesabi
Ngesikhathi wen'uhamba
Uthena ngingesabi
Ngesikhathi ungishiya
Uthena ngingesabi

Ngoba umsebenzi wonke lona
Owenza ungishiye
Umsebenzi wonke lona
Ozongiphathisa ngekhanda
Umsebenzi wonke lona
Ozongigulisa
Umsebenzi wonke lona
Angikhathazeki kakhulu ngoba wena
Ungiphatha kahle (Umsebenzi wonke lona)
Ayikh'int'ongangenzeli yona

Umsebenzi wonke lona
Umsebenzi wonke lona
Owenza ungishiye
Umsebenzi wonke lona
Ozongiphathisa ngekhanda

Ngizokulind'uzubuye
Because I care for you
Ngizokulind'uzubuye
Ngoba ngiyakuthanda

Ngizokulind'uzubuye
Because I care for you
Ngizokulind'uzubuye
Ngoba ngiyakuthanda

Umsebenzi wonke lona
Owenza ungishiye
Umsebenzi wonke lona
Ozongiphathisa ngekhanda
Umsebenzi wonke lona
Ozongigulisa
Umsebenzi wonke lona

Ayikh'int'ongangenzeli yona
Ayikh'int'ongangenzeli yona