Soul Brothers

Ungehlulile


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Ngizomthol'omunye ongek'adlale ngami
Oziphatha kahle
Angenzele kahle
Angihloniphe

Dlulela phambili
Angeke ngiyimele lento yakho
Wena

Dlulela phambili
Angeke ngiyimele lento yakho
Wena

Dlulela phambili
Angeke ngiyimele lento yakho
Wena

Wena wenze ngath'uyangithanda
Kant'udlala ngami
Ufun'imali yami

Wena wenze ngath'uyangithanda
Kant'udlala ngami
Ufun'imali yami
Ufun'inyuk'yami

Ufun'imali yami
Ufun'inyuk'yami
Ufun'imali yami
Ufun'inyuk'yami

Ngizomthol'omunye ongek'adlale ngami

Ngizomthol'omunye ongek'adlale ngami
Oziphatha kahle
Angenzele kahle
Angihloniphe

Dlulela phambili
Angeke ngiyimele lento yakho
Wena

Dlulela phambili
Angeke ngiyimele lento yakho
Wena

Wena wenze ngath'uyangithanda
Kant'udlala ngami
Ufun'imali yami
Ufun'inyhuk'yami

Ufun'imali yami
Ufun'inyuk'yami
Ufun'imali yami
Ufun'inyuk'yami
Ufun'imali yami