
Ungixabanisa Nowakwami
Uhlulwa zindaba zomuz'wakho
Manj'uzongixabanisa nowakwami
Uhlulwa zindaba zomuz'wakho
Manj'uzongixabanisa nowakwami
Uhlulwa zindaba zomuz'wakho
Manj'uzongixabanisa nowakwami
Uhlulwa zindaba zomuz'wakho
Manj'uzongixabanisa nowakwami
Uhlulwa zindaba zomuz'wakho
Manj'uzongixabanisa nowakwami
Phum'uphel'emabalen'akwami
Phum'uphel'emagceken'akwami
Phum'uphel'emzini wami
Usiko olwakithi
Alufan'alufani nolwakini (Yeb'alufani)
Usiko wowu olwakithin (Hayi o, alufani)
Alufan'alufani nolwakini (Yeb'alufani)
Usiko yebo olwakithi (Hayi o, alufan)
Alufan'alufani nolwakini (Yeb'alufani)
Usiko olwakithi
Alufan'alufani nolwakini (Yeb'alufani)
Usiko wowu olwakithin (Hayi o, alufani)
Alufan'alufani nolwakini (Yeb'alufani)
Usiko yebo olwakithi (Hayi o, alufani)
Alufan'alufani nolwakini
Ngithi phum'uphel'emabalen'akwami
Phum'uphel'emagceken'akwami
Ngithi phum'uphel'emzini wami
Uhlulwa zindaba zomuz'wakho
Manj'uzongixabanisa nowakwami
Uhlulwa zindaba zomuz'wakho
Manj'uzongixabanisa nowakwami
Uhlulwa zindaba zomuz'wakho
Manj'uzongixabanisa nowakwami