
Usbahle
Uxolo bafethu mina ngikhetha lomtwana uMbali
Ufike ngasekhaya izolo ng'cabanga ukuthi ubehamba no Sbahle
Kwaphel' imali kamjita yhoo
Wahlanya umjita ehleli ekhoneni
Uxolo ntombazane ibizwa ngntoni na lento oyenzayo
Kuhlanya amajita eclubini kuphel' imali yami kuphele nekabafo
Wena uzolala nami
Angeke uphuz'imali yami besungishiya kanjalo
Ubes'ubatshele ngithe (abangani bakho) ngeke bahambe
Kahle kahle mina sisiwami kushukuthi ngine nhliziyo encane
Angizwani nomuntu ongibambela ushukela sbale
Ugcine elahlekile kanjalo uSbahle
Ube groover kuze kuse uSbahle
Phela ubekhokha ngabo bona lobuhle
Ubuso inyawo umzimba ngiyakutshela sbale konke kuhle
Bebemphuzisa vele babese bamudle
Namhlanje askhale
Nomjita obehambe naye umumithisile mfethu uSbahle
Wathi uma engafuni ukukhipha isisu akahambe
Phela ubewudayisa umzimba wakhe usisi uSbahle
Manje lomjita yena akafune ngane
Ukukhuluma iqiniso mfethu siyamkhumbula thina uSbahle
Amavosho i walk yepara bekubuzwa kuye
Nami ngizamile mfethu nami ukumkhuza uSbahle
Ngibe ngingubani kodwa mina ngoba vele angifundile
Übe engaskhulumisi phela thina mfethu uSbahle
Ngoba uyazi asisebenzi kushukuthi angeke simphuzise
Namhlanje uyazisola
Ukhumbula ngenkathi bamthatha eclubini bamtshela bathi
Wena uzolala nami
Uvuma kanjani ukuhamba nomuntu ongamazi ekutshela keshi
Wena uzolala nami
Nani mantombazana anizihloniphi ha
Wena uzolala nam