Shwi No Mtekhala

Uyobu Nenhlanhla


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Uyobu Unenhlanhla
Uyobu Unenhlanhla
We mama
Uyobu Unenhlanhla (uyobu unenhlanhla)
Uyobu Unenhlanhla (uyobu unenhlanhla
We bhudi (ma uphumela isikhuni sivutha emanzini)
Uyobu Unenhlanhla (uyobu unenhlanhla)
Uyobu Unenhlanhla (uyobu unenhlanhla
We sisi (ma uphumela isikhuni sivutha emanzini)
Uyobu Unenhlanhla (uyobu unenhlanhla)
Uyobu Unenhlanhla (uyobu unenhlanhla
We mama (ma uphumela isikhuni sivutha emanzini)

Ma uphumela isikhuni sivutha emanzini)
(ma uphumela isikhuni sivutha emanzini)
Ma uphumela isikhuni sivutha emanzini)
(ma uphumela isikhuni sivutha emanzini)
Uyobu Unenhlanhla (uyobu unenhlanhla)
Uyobu Unenhlanhla (uyobu unenhlanhla
We bhudi (ma uphumela isikhuni sivutha emanzini)

Ungamkhombi omunye umuntu ngomunwe
Ngoba isithupha sisuka sikhombe wena
Ungamkhombi omunye umuntu ngomunwe
Lomuntu umthatha kanjani
Ungamkhombi omunye umuntu ngomunwe
Ngoba isithupha sisuka sikhombe wena
Ungamkhombi omunye umuntu ngomunwe
Lomuntu uyamdelela
Ungamkhombi omunye umuntu ngomunwe
Ngoba isithupha sisuka sikhombe wena
Ungamkhombi omunye umuntu ngomunwe
Lomuntu umthatha kanjani
Lomuntu uyadelela
Lomuntu umthatha kanjani

Ngithi ngqongqo mfan mho
Golela abadi emva kwendlu kwethu
Ho nanti iqabane nanti iqhatha me
Ngithi ngqongqo mfan mhe
Golela abadi emva kwendlu kwethu
Ho nanti iqabane nanti iqhatha me

Uza khahle imbombozi amagqobongi amakhulu

Bajwayele bajwayela kabi
Bajwayele bajwayeli amagwala
Bajwayele bajwayela kabi
Bajwayele bajwayeli amagwala

Siyobashaya thina
Bayoqhaqhazela unyaka wonke
Siyobashaya thina
Bajwayeli amagwala
Siyobashaya thina
Bayoqhaqhazela unyaka wonke
Siyobashaya thina
Bajwayeli amagwala

Ngithi ngqongqo mfan mho
Golela abadi emva kwendlu kwethu
Ho nanti iqabane nanti iqhatha me

Oh bashaye mfoka Mahlobo
Sobashaya baze bavume
Awubashaye mfoka Magubane
Bashayela kancinci
Awubashaye mfoka Dladla
Sobashaya baze bavume
Awubashaye mfoka Mahlobo
Bashayeni amagwala

Noma abanye bengathini
Siyonqoba thina
Noma beskhuluma kabi
Siyonqoba thina