Soul Brothers

Uzongikhumbula


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Sewuthandana nesidudule min’awusanginaki
Hayi hayi yelele
Hayi kodw’uzoyidel’inkani

Sewuthandana nezidudla min’awusanginaki
Hayi hayi yelele
Hayi kodw’uzongikhumbula

Angisenandawo yokulala, angisenandawo yokulala
Angisenandawo yokulala
Ngixoshiwe

Angisenandawo yokulala, angisenandawo yokulala
Angisenandawo yokulala
Ngixoshiwe

Sewuthandana nesidudule min’awusanginaki
Hayi hayi yelele
Hayi kodw’uzoyidel’inkani

Angisenandawo yokulala, angisenandawo yokulala
Angisenandawo yokulala
Ngixoshiwe

Angisenandawo yokulala, angisenandawo yokulala
Angisenandawo yokulala
Ngixoshiwe

Singithathel’into yam
Sangithathel’isidudla
Anginandawo yokulala
Ngixoshiwe

Sewuthandana nesidudla min’awusanginaki
Hayi hayi yelele
Hayi kodw’uzoyidel’inkani

Sewuthandana nesidudule min’awusanginaki
Hayi hayi yelele
Hayi kodw’uzongikhumbula

Angisenandawo yokulala, angisenandawo yokulala
Angisenandawo yokulala
Ngixoshiwe

Sewuthandana neyidudla min’awusanginaki
Hayi hayi yelele
Hayi kodw’uzoyidel’inkani