Abanqobi

Yimi Lo


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Yimi lo Nkosi yami (yimi lo)
Ngizinikela (ngizinikela)
Ngithi kuwe Baba (kuwe Baba)

Ngithi yimi lo (yimi lo)
Ngithi yimi lona (yimil lo)
Ngizinikela (ngizinikela)
Ngithi kuwe Baba (kuwe Baba)

Ngithi uth’uBaba (uth’uBaba)
Uhlala njalo(uhlal’ehleli nathi)
Sithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)

Ngithi uth’uBaba (uth’uBaba)
Uhlala njalo (uhlal’ehleli nathi)
Sithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)

Ngithi yimi lo (yimi lo)
Yimi lona (yimil lo)
Ngizinikela (ngizinikela)
Ngithi kuwe Baba (kuwe Baba)

Ngithi yimi lo (yimi lo)
Ngithi yimi lona (yimil lo)
Ngizinikela (ngizinikela)
Ngithi kuwe Baba (kuwe Baba)

Ngithi uth’uBaba (uth’uBaba)
Uhlala njalo (uhlal’ehleli nathi)
Sithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)

Ngiza kuwe nginjena Baba ke(ngiza kuwe)
Ngithi noma ke (ngimanikiniki)
Wathi ngingesabi (ngingesabi)
Angesabi lutho (ukuzinikela)

Ngoba wena uyohlal’unami (ngob’uJesu)
Uyongamukela (uyongamukela)
Ngithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)

Ngiza kuwe nginjena Baba ke (ngiza kuwe)
Ngithi noma ke(ngimanikiniki)
Wathi ngingesabi (ngingesabi)
Angesabi lutho (ukuzinikela)
(Ngob’uJesu)

Uyongamukela (uyongamukela)
Sithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)
Ngiyombonga ngani uSomandla ke (ngiyombonga ngani)
Ngithi uBaba ke
(UBaba)

Ngiyombonga ngani (ngiyombonga ngani)
Ngiyombonga ngani (ngiyombonga ngani)
Ngiyombonga ngani (ngiyombonga ngani)
Ngithi uBaba ke(uBaba)
Sithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)

Ngiyombonga ngani uSomandla ke
(Ngiyombonga ngani)
Ngithi uBaba ke
(UBaba)

Ngiyombonga ngani (ngiyombonga ngani)
Ngiyombonga ngani (ngiyombonga ngani)
Ngiyombonga ngani (ngiyombonga ngani)
Ngithi uBaba ke (uBaba)
Sithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)
Ngiza kuwe nginjena Baba ke (ngiza kuwe)

Ngithi noma ke (ngimanikiniki)
Wathi ngingesabi (ngingesabi)
Angesabi lutho (ukuzinikela)
Angesabi lutho (ngob’uJesu)
Angesabi lutho (uyongamukela)
Sithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)

Ngiza kuwe nginjena Baba ke (ngiza kuwe)
Ngithi noma ke (ngimanikiniki)
Wathi ngingesabi (ngingesabi)
Angesabi lutho (ukuzinikela)
Angesabi lutho (ngob’uJesu)
Uyongamukela (uyongamukela)
Sithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)

Ngiyombonga ngani uSomandla ke (ngiyombonga ngani)
Ngithi uBaba ke (uBaba)
Ngiyombonga ngani (ngiyombonga ngani)
Ngiyombonga ngani (ngiyombonga ngani)
Ngiyombonga ngani uJehova (ngiyombonga ngani)
Ngithi uBaba ke (uBaba)
Ngithi ingakho (sithi ingakho ngimudumisa)

Ngiyombonga ngani uSomandla ke(ngiyombonga ngani)
Ngithi uJehova(uBaba)
Ngiyombonga ngani(ngiyombonga ngani)
Ngiyombonga ngani(ngiyombonga ngani)
Ngiyombonga ngani(ngiyombonga ngani)
Ngithi uBaba ke(uBaba)