Abafana Baseqhudeni

Zikhethele Ntombi


Imprimir canciónEnviar corrección de la canciónEnviar canción nuevafacebooktwitterwhatsapp

Njengoba silapha phambi kwakho
Singabakho sonke ntombi
Njengoba silapha phambi kwakho
Singabakho sonke ntombi

Zixazululele ke
Uzikhethele
Owakho
Dali

Zixazululele ke
Uzikhethele
Owakho
Dali

Zixazululele ke
Uzikhethele (Ye, yebo)
Owakho
Dali

Uzungabi namahloni
Sondela umange Dali
Uzungabi namahloni
Sondela woza

Sondela umange ntombi
Ukuze kubon'isizwe sonke
Ukuth'uziqokele bani

Sondela ntombi umange
Ukuze kubon'isizwe sonke
Sondela (Sondela umange)
Hayi umange (Ukuze kubon'isizwe sonke)
Yithi laba ntombi (Sondela umange)
Yithi laba ntombi (Ukuze kubon'isizwe sonke)
Nab'abalaleli (Sondela umange)
Yithi ntombi yami (Ukuze kubon'isizwe sonke)

Sondela wena (Sondela)
Ukuze kubon'isizwe sonke
Sondela
Ukuze kubon'isizwe sonke

Sondela
Ukuze kubon'isizwe sonke
Sondela (Sondela umange)
Hay'umange (Ukuze kubon'isizwe sonke)
Yithi laba Dali (Sondela umange)
Hay'umange (Ukuze kubon'isizwe sonke)

Tha la la la la la
Tha la tha la la tha la
Tha la

Tha la la la la la
Tha la tha la la tha la
Tha la

Tha la la la la la
Tha la tha la la tha la
Tha la

Tha la la la la la
Tha la tha la la tha la
Tha la

Hayi
Hayi
Kusho thina
Kusho thinabafana baseQhudeni