Baba Ka Sibongile
Baba wezingane zami
Baba kaSibongile
Ngicel'uxolo kuwe
Baba wakwami
Lokhu engakwenza kuwe
Ngangingaqondanga
Ngicel'ubuye uze kimi
Sibonisane
Bengithi uma ngikukhuza
Uthi angiyindoda yalutho
Kodwa namhla sewuyangikhumbula
Sengihleli kahl'ezimpohlweni
Bengithi uma ngikukhuza
Uthi angiyindoda yalutho
Kodwa namhla sewuyangikhumbula
Sengihleli kahl'ezimpohlweni
Nezingane ziyakhala
Zithi buya
Zithi buya uz'ekhaya
Nezingane ziyakhala
Zithi buya
Zithi buya uz'ekhaya
Nezingane ziyakhala
Zithi buya
Zithi buya uz'ekhaya
Nezingane ziyakhala
Zithi buya
Zithi buya uz'ekhaya
Sengihleli kahl'ezimpohlweni
Ukukhala kwakh'akusasizi
Ngoba sengihleli kahl'ezimpohlweni
Baba wezingane zami
Baba kaSibongile
Ngicel'uxolo kuwe
Baba wakwami
Lokhu engakwenza kuwe
Ngangingaqondanga
Ngicel'ubuye uze kimi
Sibonisane
Bengithi uma ngikukhuza
Uthi angiyindoda yalutho
Kodwa manje sewuyangikhumbula
Sengihleli kahl'ezimpohlweni
Ngangithi uma ngikukhuza
Uthi angiyindoda yalutho