Facebook

Ngamthol akwafacebook..Yiiiiiiie Yiiiiiiie
Bayekele bakhulume dali...
Inqe mina nawe sazi ukuthi uthandolweth uliyavutha
livuthamalangabii yinqola ka Eliah..

Bathi kimi ngasthathaphi ismomondiya esfana nawe ?
isngqandamathe isngqandamathe..

Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook

Sesjola sesjolaaa thin' as'sakhulumi
Intwana manje zisbhekile .Thin as sakhulumi...
Kumnandi kwafacebook Ziyabuya......
Awubheke bhokisini lakhe kugcwel' ama emoji.
Watshaya ngesthombe sakhe
Wathi manje bae ngizo'kubonanini?
ngathi my love woza kimi
Abo goodnight nabo good morning abasapheli..
Ngathukumbona mathupha Uthando lwavele lavutha
Hawuuuuuuuuu

Bathi kimi ngasthathaphi ismomondiya esfana nawe ?
isngqandamathe isngqandamathe..
Bathi kimi ngasthathaphi ismomondiya esfana nawe ?
isngqandamathe isngqandamathe..

Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook
Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook
Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook
Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook

Ngamthol' akwafacebook ngabuk ipicture ngathi hie Boo.
Ya typer le ngane yathi ayibo! ungubani?
Ngasendi emoji ethi vaa ngothando.
ngasendi emoji ethi mncwaa ngothando..
Igama ngu Bongs.ngibize yor first''
Ngik'phathise jengengilosi. Igama liyang'chaza unguBuhle wenkosi .
Ubuhl' obungaka uphumezulwini..
Akengibuze, vele nguwe esthombeni? kodu thembeni?
natural beauty natural hair!
Ayibo ismomondiya ngempela..
isthembiso sithi zokuyel ethuneni.
ngoba ngiyozfela until ethuneni.
Ngiyakthanda ngane yomuntu angilandaba ngik'thole
kwa facebook.
ngik'thole kuphi kodwa ngiyakthanda..

Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook
Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook
Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook
Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook

Bathi kimi ngasthathaphi ismomondiya esfana nawe ?
isngqandamathe isngqandamathe..
Bathi kimi ngasthathaphi ismomondiya esfana nawe ?
isngqandamathe isngqandamathe..

Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook
Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook
Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook
Ngamthola akwafacebook sesjol akwafacebook

Autor(es): Big Gun, Bongani Radebe, Brighton Moyo