Gogo
Ngakhula kanzima
Ngingenamuntu
Ngakhula kanzima
Ngifundiswa ngugogo
Engenamali, ebhek'uThixo
Wathi ngiy'esikoleni
Ngiyofunda, ngimamele, ngibekezele
Kusasa ngizoba wutho
Manje ngiyabonga
Manje ngiyabonga
Ngibong'uJehova
Manje ngiyabonga
Manje ngiyabonga
Ngibong'uJehova
Ngokungiph'impilo
Ngibong'uJehova
Ngokungiph'umzal'onjenga lo
Ngibong'uJehova
Ngokungiph'umnden'onjenga lo
Ngibong'uJehova
Ngiyabonga, ngiyabonga
Ngesikhathi ngisakhula ngangimamela
Ngimamel'utata, ngimel'umama
Ngimamel'ugogo
Angizisolanga ngokwenza njalo
Manje ngiyabonga
Manje ngiyabonga
Ngibong'uJehova
(Manje ngiyabonga) Ngiyabonga
(Manje ngiyabonga) Ngiyabonga
Ngibong'uJehova
Ngokungiph'umzali onjenga lo
(Manje ngiyabonga) Ngiyabonga
(Manje ngiyabonga) Ngiyabonga
Ngibong'uJehova
Ngokungiph'impilo
Ngibong'uJehova
Ngokungiph'umzal'onjenga lo
Ngibong'uJehova
Ngokungiph'umnden'onjenga lo
Ngibong'uJehova
Ngiyabonga, ngiyabonga
Bengingaba yini ngaphandle kwenu
Bengingaba yini ngaphandle kwenu
Bengingaba yini ngaphandle kwenu
Ngiyabonga, ngiyabonga
Ngibong'uJehova (Manje ngiyabonga)
(Manje ngiyabonga)
Ngiyabonga (Ngibong'uJehova)
Ngokungiph'umzali onjenga lo
(Manje ngiyabonga) Ngiyabonga
(Manje ngiyabonga) Ngiyabonga
Ngibong'uJehova
Manje ngiyabonga
Manje ngiyabonga
Ngibong'uJehova
Manje ngiyabonga
Manje ngiyabonga
Ngibong'uJehova
Ngibong'uJehova
Ngiyabonga