Isikhwele Sakho


Mina nawe dalie asiyek' ukuxabana
Awuyeke iskhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho siyasixabanisa
Mina nawe dalie asiyek' ukuxabana
Awuyeke iskhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho siyasixabanisa

Baby awuyeke awuyekele
Baby awuyeke ozosixabanisa
Baby awuyeke awuyekele
Baby awuyeke ozosixabanisa

Kwenzenjani ungangithembi sthandwa sami
Inhliziyo yami ingeyakho
Ngakunika yona yonke
Izethembiso zami
Mina ngiyazifeza
Asiyek' ukuxabana
Ngento engekho

Ngiyazi ukuthi uyangithanda (yebo ngiyakuthanda)
Futhi nami ngiyakuthanda (yebo uyangithanda)
Kodwa lendaba yesikhwele(iyasixabanisa)
Awuyeke lendaba yesikhwele
Awu themba mina ngizothemba wena

Mina nawe dalie asiyek' ukuxabana
Awuyeke iskhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho siyasixabanisa
Mina nawe dalie asiyek' ukuxabana
Awuyeke iskhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho siyasixabanisa

Baby awuyeke (yeka) awuyekele (yeka)
Baby awuyeke (yeka) ozosixabanisa (yeka)
Baby awuyeke (yeka) awuyekele (yeka)
Baby awuyeke (yeka) ozosixabanisa (yeka)

Angiyithandi lendaba yakho
Yabangani besilisa
Koda bendinempilo (wo)
Vame ngihlangane nawe

Mina ngikhetha wena (mina ngikhetha wena)
Mina ngufuna wena (mina ngifuna wena)
Mina ngithemba wena (ngithemba wena)
Ngoba ngiyakuthanda

Mina nawe dalie asiyek' ukuxabana
Awuyeke iskhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho siyasixabanisa
Mina nawe dalie asiyek' ukuxabana
Awuyeke iskhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho siyasixabanisa

Baby awuyeke (awuyeke) awuyekele
Baby awuyeke (yeka) ozosixabanisa
Baby awuyeke (awuyeke) awuyekele
Baby awuyeke (yeka) ozosixabanisa

Mina ngikhetha wena (mina ngikhetha wena)
Mina ngufuna wena (mina ngifuna wena)
Mina ngithemba wena (ngithemba wena)
Ngoba ngiyakuthanda
Mina ngikhetha wena (mina ngikhetha wena)
Mina ngufuna wena (mina ngifuna wena)
Mina ngithemba wena (ngithemba wena)
Ngoba ngiyakuthanda

Mina nawe dalie asiyek' ukuxabana
Awuyeke iskhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho siyasixabanisa
Mina nawe dalie asiyek' ukuxabana
Awuyeke iskhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho siyasixabanisa

Baby awuyeke (yeka) awuyekele (yeka)
Baby awuyeke (yeka) ozosixabanisa
Baby awuyeke (oh yeka) awuyekele yeka)
Baby awuyeke (yeka) ozosixabanisa (yeka uh yeka)