Isitimela Singishiyile
Ngithe uma ngifik'esteshini
Ngathol'ukuthi sekonakele
Ngithe uma ngifik'esteshini
Ngathol'ukuthi sekonakele
Ngithe uma ngifik'esteshini
Ngathol'isitimela singishiyile
Ngithe uma ngifik'esteshini
Ngathol'ukuthi sekonakele
Ngithe uma ngifik'esteshini
Ngathol'ukuthi sekonakele
Ngithe uma ngifik'esteshini
Ngathol'isitimela singishiyile
Bengiya le eThekwini (Yeyi wena)
Ngiyobabon'abantwabami (Yeyi wena)
Bengiya le eThekwini (Weh mlaleli)
Bengiyobabon'abantwabami
Kwaze kwahlek'umfan'omncane wathi ga ga ga
Istimela singishiyile
Kwaze kwahlek'umfan'omncane wathi ga ga ga
Istimela singishiyile
Bengiya le eThekwini (Yeyi wena)
Ngiyobabon'abantwabami
Bengiya le eThekwini
Ngiyobabon'abantwabami
Kwaze kwahlek'umfan'omncane wathi ga ga ga
Istimela singishiyile
Kwaze kwahlek'umfan'omncane wathi ga ga ga
Istimela singishiyile
Ngasuk'esteshini ngenhliziyo ebuhlungu
Ngaphindel'emuva nemithwalo yami
Ngasuk'esteshini ngenhliziyo ebuhlungu
Ngaphindel'emuva nemithwalo yami
Awu awu awu
Imali yami yethikiti
Awu awu awu
Inkukhu zami ezomphako
Awu awu awu
Imali yami yethikiti
Awu awu awu
Inkukhu zami ezomphako
Awu awu awu
Imali yami yethikiti
Ngisakhalel'imali yami
Eng'thenge ngayo ithikiti
Ngisakhalel'iyinkukhu zami
Engenze ngazo umphako
Ngakhalel'imali yami
Eng'thenge ngayo ithikiti
Ngakhalel'iyinkukhu zami
Engenze ngazo umphako
Awu awu awu
Imali yami yethikiti
Awu awu awu
Inkukhu zami ezomphako
Awu awu awu
Imali yami yethikiti
Awu awu awu
Inkukhu zami ezomphako
Awu awu awu
Imali yami yethikiti
Awu awu awu
Inkukhu zami ezomphako
Awu awu awu
Imali yami yethikiti