Kwakhala Nyonini
Abantu bayaxabana baphinde futhi
Bahlale phansi bakhulume iphel' indaba
Abantu bayaxabana baphinde futhi baxolelane
Kwakhala nyonini hawu mina nawe
Kwakhala nyonini hawu mina nawe
Abantu bayaxabana (abantu bayaxabana baphinde baxolelane)
Baphinde futhi baxolelane (mina nawe kwakhala nyonini)
Abantu bayaxabana (abantu bayaxabana baphinde baxolelane)
Baphinde futhi bahlale phansi bakhulume iphel'indaba (mina nawe kwakhala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwakhala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwaphela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwakhala nyonini)
He mina nawe (kwaphela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa khala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Mina nawe (kwa khala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwakhala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwaphela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwakhala nyonini)
He mina nawe (kwaphela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa khala nyonini)
Mina nawe (kwa khala nyonini)
Hawu kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
(abantu bayaxabana baphinde baxolelane)
(mina nawe kwa phela nyonini)
Abantu bayaxabana (abantu bayaxabana baphinde baxolelane)
Baphinde futhi bahlale phansi bakhulume iphel'indaba (mina nawe kwa khala nyonini)
Kwaphela nyonini (kwakhala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwaphela nyonini)
Kwaphela nyonini (kwakhala nyonini)
Hobuya sengikuxolele mina (kwaphela nyonini)
Hawu kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Mina nawe (kwa khala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa khala nyonini)
Kwakhala nyonini
Kwakhala nyonini
Kwakhala nyonini
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa khala nyonini)
Kwakhala uthekwane (kwa phela nyonini)
Hiyo le ebik' izulu kuduma yini (kwa phela nyonini)
Kwakhala iqola yini na (kwa khala nyonini)
Yinyoni edl' ezinye (kwa phela nyonini)
Kwakhala ihongwe (kwa phela nyonini)
Kwakhala iskhova (kwa khala nyonini)
Kwakhala iskhova (kwa phela nyonini)
Yinyonini yabathakathi (kwa khala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa khala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa khala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Ho kanti awusangikhumbulu yini wena (kwa phela nyonini)
Kanti awusangikhumbulu yini wena (kwa khala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Ho kanti awusangikhumbulu yini wena (kwa phela nyonini)
Kanti awusangikhumbulu yini wena (kwa khala nyonini)
Kwakhala iskhova (kwa phela nyonini)
Yinyonini yabathakathi (kwa khala nyonini)
Kwakhala uthekwane (kwa phela nyonini)
Hiyo le ebik' izulu kuduma yini (kwa phela nyonini)
Kwakhala iqola yini na (kwa khala nyonini)
Yinyoni edl' ezinye (kwa phela nyonini)
(abantu bayaxabana baphinde baxolelane)
(mina nawe kwa phela nyonini)
Abantu bayaxabana (abantu bayaxabana baphinde baxolelane)
Baphinde futhi bahlale phansi bakhulume iphel'indaba (mina nawe kwa khala nyonini)
Kwaphela nyonini (kwa khala nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)
Ha kwakhala nyonini (kwa phela nyonini)