Liyofika Ilanga (Remix) [Remix]


Lizofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Ngisho nina bafundisi
Ngisho nina abapolitikayo
Enishumayela okungekho
Liyofika lelo suku
Abakhuluma amanga
Nonke nina enimemezayo
Nithi pansi igama lenkosi
Liyokhala itilongo

Liyofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga
Liyofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Nina abaphuzayo
Nina ababhemayo
Nonke nina ababulalayo
Siyofika isikhathi
Zilungiseleni bafowethu
Sisekhona isikhathi
Jehova uyanidinga
Zilungiseleni kusemanje

Ngikhuluma nawe bhudi wami
Ngikhuluma nawe sisi wami
Zinikele enkosini
Uzowubona umbuso wezulu

Ngikhuluma nawe mama wami
Ngikhuluma nawe baba wami
Zinikele enkosini
Uzowubona umbuso wezulu

Lizofik' ilanga lokuya ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Liyofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga
Liyofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Liyofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Ngisho nina bafundisi
Ngisho nina abapolitikayo
Enishumayela okungekho
Liyofika lolo suku
Abakhuluma amanga
Nonke nina enimemezayo
Nithi pansi igama lenkosi
Liyokhala itilongo

Lizofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga
Lizofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Ngikhuluma nawe bhudi wami
Ngikhuluma nawe sisi wami
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Ngikhuluma nawe mama wami
Ngikhuluma nawe baba wami
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Ngikhuluma nawe bhudi wami
Ngikhuluma nawe sisi wami
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Ngikhuluma nawe mama wami
Ngikhuluma nawe baba wami
Ngeke bangene abangazilungiselanga

Liyofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga
Liyofik' ilanga lokuy' ezulwini
Ngeke bangene abangazilungiselanga