Madoda Ngitsheleni
Madoda ngitsheleni mina sihle yini na isithembu
Hayi, hayi sihle
Kwabasithandayo
Madoda ngitsheleni mina sihle yini na isithembu we mfana
Hayi, hayi sihle
Kwabasithandayo
UQumbu loyo (Indod'enesithembu)
Maye kayisebenzi
Ihlalel'ukwehla inyuk'emakhaya
Kodwa ibafazi bathi
UQumbu loyo (Indod'enesithembu)
Maye kayisebenzi
Ihlalel'ukwehla inyuk'emakhaya
Kodwa ibafazi bathi
Ma ebhekene nam (Kungathi uya lena)
Ma eya lena (Kungathi uza neno)
Yaze yankul'indoda (Inkul'indoda)
Inkul'indoda (Indod'inkulu)
Idl'inyama
Uma ebhekene nam (Kungathi uya lena)
Ma eya lena (Kungathi uza neno)
Inkul'indoda (Inkul'indoda)
Yaze yankulu (Indod'inkulu)
Idl'inyama
Weh thatha nas'isithebe Qumbu
Usibek'emadodeni
Weh thath'isithebe Qumbu
Usibek'emadodeni
Weh thath'isithebe Qumbu
Usibeke nakomame
Wothath'isithebe Qumbu
Usibeke nakobaba mkhulu
Wothath'isithebe Qumbu
Usibek'emadodeni
Wothath'isithebe Qumbu
Usibeke nakomame
Wothath'isithebe Qumbu
Usibeke nakobaba mkhulu
Wothath'isithebe Qumbu
Usibek'emadodeni
Wothath'isithebe Qumbu
Usibeke nakomame
Wothath'isithebe Qumbu
Usibeke nakobaba mkhulu
Lapho kuzohlatshwa khona
Sizwa ngaye
NakuboPape
Sizwe ngaye
Ukuthi kuzohlatshwa haaa