Mngoma


Mgoma mngoma mngoma wesangoma

Mgoma likhubalo lakho
Liya sebenza
Ngicel' ungisize nami

Mgoma likhubalo lakho
Liya sebenza
Ngicel' ungisize nami

Abantwana bayakhala
Lapha ekhaya sekugijima izinto
Phezu kwendlu sesidlala ubutsotsi
Ngicel' ungisize nami

Abantwana bayakhala
Lapha ekhaya sekugijima izinto
Phezu kwendlu sesidlala ubutsotsi
Ngicel' ungisize nami

Kade ngizulazula
Lapha emhlabeni ngihamba amathafa
Ngamathafa namaqhuma namaqhuma
Ngicel' ungisize nami

Kade ngizulazula
Lapha emhlabeni ngihamba amathafa
Ngamathafa namaqhuma namaqhuma
Ngicel' ungisize nami

Mgoma likhubalo lakho
Liya sebenza
Ngicel' ungisize nami

Mgoma likhubalo lakho
Liya sebenza
Ngicel' ungisize nami

Bangitshelile abakwaziyo
Bathi ulusizo bathi ngeke uhluleke
Nakancane ngoba imali isiphelile
Ngicel' ungisize nami

Bangitshelile abakwaziyo
Bathi ulusizo bathi ngeke uhluleke
Nakancane ngoba imali seyiphelile
Ngicel' ungisize nami

(ngicel' ungisize nami) mgoma mngoma mngoma wesangoma
(ngicel' ungisize nami) mgoma mngoma mngoma wesangoma
(ngicel' ungisize nami) mgoma mngoma mngoma wesangoma
(ngicel' ungisize nami) mgoma mngoma mngoma wesangoma