Muhle U Dali Usamthanda
Kwenziwa yini mfowethu
Uma wath'uthandana nentombi
Uthi uma suhlukana nayo
Bes'uyibek'amabala
Kwenziwa yini mfowethu
Uma wath'uthandana nentombi
Uthi uma suhlukana nayo
Bes'uyibek'amabala
Kwenziwa yini mfowethu
Uma wath'uthandana nentombi
Uthi uma suhlukana nayo
Bes'uyibek'amabala
Ingathi ngob'ayisakufuni
Mus'uyibek'izici
Ingathi ngob'ayisakufuni
Mus'uyibek'izici
Ingathi ngob'ayisakufuni
Mus'uyibek'izici
Wen'usixoxel'indaba singayibuzanga
Wen'usitshel'indaba singayilindele
Wen'usixoxel'indaba singayibuzanga
Wen'usitshel'indaba singayilindele
Yinhle kab'intomb'usayithanda
Muhle kab'uDal'usamthanda
Nom'engakwenzel'okubi
Awukunaki ngob'usamthanda
Yinhle kab'intomb'usayithanda
Muhle kab'uDal'usamthanda
Nom'engakwenzel'okubi
Awukunaki ngob'usamthanda
Yinhle kab'intomb'usayithanda
Muhle kab'uDal'usamthanda
Nom'engakwenzel'okubi
Awukunaki ngob'usamthanda
Konke lokhu
Bowungakuboni sewukubona manje
Konke lokhu
Bowungakuboni sewukubona manje
Konke lokhu