Nazi Izangoma
Naz'izangoma ziqhamuka madoda
Ngiyazithanda izangoma
Ngoba ziyabhula ziyalapha
Zishaya namathambo ziyabhula
Ngiyazithanda izangoma
Ngoba ziyabhula ziyalapha
Zishaya namathambo ziyabhula
Ngiyazithanda mina izangoma
Ngoba ziyabhula ziyalapha
Zishaya namathambo ziyabhula
Vumani (Siyavuma)
Vumani bo (Siyavuma)
Vumani (Siyavuma)
Vumani bo (Siyavuma)
Ngiyazithanda izangoma
Ngoba ziyabhula ziyalapha
Zishaya namathambo ziyabhula
Ngikhuluma njena sangisiza
Umfaz'wam ebalekile
Sangifumbathisa ngath'ukuqubuda kancane
Ngikhuluma njena sangisiza
Umfaz'wam ebalekile
Sangifumbathisa ngath'ukuqubuda kancane
Nangu (Nangu)
Nangu (Nangu)
Nangu
Nang'umfazi wam usebuyile
Ngikhuluma njena sangisiza
Umfaz'wam ebalekile
Sangifumbathisa ngath'ukuqubuda kancane
Nangu (Nangu)
Nangu (Nangu)
Nangu
Nang'umfazi wam usebuyile
Ngiyazithanda izangoma
Ngoba ziyabhula ziyalapha
Zishaya namathambo ziyabhula
Vumani (Siyavuma)
Vumani bo (Siyavuma)
Vumani (Siyavuma)
Vumani bo (Siyavuma)