ngiya Gcwala Ngawe


Ngilutholile uthando
Sthandwa senhliziyo yam
Nguwen' impilo yami
Ungowami (ungowami)
Dali wami (dali wami)

Jabula nhliziyo yam
Thokoza mphefumlo wami
Ngiyitholile intombi
Sweetie wami (sweetie wami)
Lovie wami (lovie wami)

Nguwe oyisthandwa sami
Ngik' gcwala ngawe ungudali wam
Nguwe oyisthandwa sami
Ngik' gcwala ngawe ungulovie wam

Ngithol' ubambo lwami
Mama wabantwana bami
Nawe angina valo
Mfazi wam bambo lwami

Jabula nhliziyo yami
Thokoza mphefmlo wami
Ngiyitholile intombi
Sweetie wami (sweetie wami)
Lovie wami (lovie wami)

Nguwe oyisthandwa sami
Ngik' gcwala ngawe ungudali wam
Ngiyohlala ngiku thanda njalo
Nguwe oyisthandwa sami
Ngik' gcwala ngawe ungolovie wam
Ngiyohlala ngiku thanda njalo
Nguwe oyisthandwa sami
Ngik' gcwala ngawe ungudali wam
Ngiyohlala ngiku thanda njalo
Nguwe oyisthandwa sami
Ngik' gcwala ngawe ungolovie wam
Ngiyohlala ngiku thanda njalo

Nguwe oyisthandwa sami
Ngik' gcwala ngawe ungudali wam (ongowami)
Nguwe oyisthandwa sami (sthandwa sami)
Ngik' gcwala ngawe ungolovie wam (ungowame)
Nguwe oyisthandwa sami (sthandwa sami)
Ngik' gcwala ngawe ungolovie wam (ungowame)
Nguwe oyisthandwa sami (sthandwa sami)
Ngik' gcwala ngawe ungolovie wam (sthandwa sami)