Obabakazi


Kudala he
Amasiko esahlonitshwa
Lendlela zokuphila zisabalulekile
Abantwana abancinyane intandane
Bebekhula kakuhle
Futhi bebakha imizi ecweleyo
Enganyikinyekiyo ngoba
Ubuthu ungabina intombi enhle
Kangakanani na (kangakanani na)
Vele uyotshela ubabakazi
Ayihlole ayihlolisise eh
Athi bana ekunikeza ilungelo
Ikuqome uyi shade nayo
Akunikeze ilungelo ikuqome

Obabakazi bebeqakathekile ekukhuleni kwethu
Obabakazi bebeqakathekile ekukhuleni kwethu
Obabakazi bebeqakathekile ekukhuleni kwethu
Obabakazi bebeqakathekile ekukhuleni kwethu

Bebefundisa abantwana abancinyane intanga leyi
Ukulondoloza bakhusele imizimba yabo
Khona manje ukumfunyamfunyana lokhu
Sebekwenz' umdlalo heyeyi
Bebefundisa abo malokazana
Ukuhlonipha ago babazala hey

Bebefundisa abo mama abdala
Ukuba bahloniphe balondoloze amasiko nemvelaphi yethu
Manje bathola ithuba sebeshon' ebhawa
Begidisele inama hey (kuyayangisa lokhu)
Uthole ukugigwana okumele ngabe udcin'ugogo ekhaya le
Kugid' ezpotheni labazukulu
Ku trender kuma facebook nakuma tweeter
Ukuthola kuma instergram
Uwathola kuma social media
Wo laf' elihle laf' elihle saphel' isizwe he
Saphel' isizwe oh baphela ubuntu bethu
Saphel' isizwe

Bashonaphi na washonaphi
Bashonaphi na washonaphi
Bashonaphi na washonaphi
Bashonaphi na washonaphi
Bashonaphi na

Bheka ingculazi seyishaye yabhuqa
Intanga encinyane leyo
Ingculazi seyishaye yathintitha
Abantwana abancinyane

Kube bebekhona obabakazi yho (bashonaphi na)
Kube bebezo khuluma (bashonaphi)
Kube bebekhona obabakazi yho (bashonaphi na)
Kube bebezo khuluma (bashonaphi)
Kube bebekhona obabakazi yho (bashonaphi na)
Kube bebezo khuluma (bashonaphi)
Kube bebekhona obabakazi yho (bashonaphi na)
Kube bebezo cish' umlilo (bashonaphi)

A nation is a nation (bashonaphi)
Becouse of its strong youth policies (bashonaphi)
A nation is a nation
Becouse of its strong youth policies

Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu
Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu
Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu
Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu
Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu
Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu
Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu