Sewuyahamba Uyangishiya
Sewuhamb’uyangishiya
Dali uyangishiya
Ngempela na
Sewuhamb’uyangishiya
Dali uyangishiya
Ngempela na
Sewuhamb’uyangishiya
Dali uyangishiya
Ngempela na
Ingab’isono sami yini kuwe na?
Yeh sthandwa sami
Ingab’isono sami yini kuwe na?
Ngitshele sthandwa sami
Ingab’isono sami yini kuwe na?
Awuboni ngani
Ukuth’iyingane zethu
Sesizokhula ngokuhlupheka
Awuboni ngani
Ukuth’iyingane zethu
Sesizokhula ngokuhlupheka
Weh sthando sami
Awuboni ngani
Ukuth’iyingane zethu
Sesizokhula ngokuhlupheka
Ntandane e enhle
Umakhothwa ngunina mhlaba wonke
Ntandane e enhle
Umakhothwa ngunina mhlaba wonke
Ntandane e enhle
Umakhothwa unina mhlaba wonke
Sengizosala nenhliziyo ebuhlungu
Sengizosala ngiziphekela
Sengizosala nenhliziyo ebuhlungu
Sengizosala ngiziwashela
Sengizosala nenhliziyo ebuhlungu
Sengizosala ngiziphekela
Hamba, hamba mntakwethu
Hamb’uzongikhumbula
Ngithi ngempela wen'uzongikhumbula
Hamba, hamba mntakwethu
Hamb’uzongikhumbula
Uzosisol'usuwedwa
Hamba, hamba mntakwethu
Hamb’uzongikhumbula
Ngithi hamb’uzongikhumbula
Hamba, hamba mntakwethu
Hamb’uzongikhumbula
Sengizosala nenhliziyo ebuhlungu
Sengizosala ngiziphekela
Hamba, hamba mntakwethu
Hamb’uzongikhumbula
Ngithi ngempel'uzongikhumbula
Hamba, hamba mntakwethu
Hamb’uzongikhumbula
Bazokuhleka labangani bakho