Sipho Sami


Sibusiso sami uyisipho sami
Ngibong' umdali
Ngokungithemba ngempilo yakho
Ngizozama ngakonke okusemandleni wami
Ukuthi ubengumuntu oqotho
Ohloniphekile emphakathini

Uyisipho sami ngane yame
Ngibong' ubukho bakho empilweni yami
Ngiyathembisa ngizokunakekela
Ube wumuntu emphakathini
Uyisipho sami ngane yame
Uyisipho sami ngane yame
Ngibong' ubukho bakho empilweni yami
Ngiyathembisa ngizokunakekela
Ube wumuntu emphakathini
Uyisipho sami ngane yame

Ungikhumbuza ngisase mncane
Ngithand' ukudlala
Mangik' buka ngibon' isthombe sami
Ngithi khula ngane yami
Khula mntwana wami
Umhlab' ukulindele

We sipho sami (khula ngane yami)
Khula mntwana wami (khula sipho sami)
We sipho sami (khula ngane yam sikulindile)
Khula ukhokhobe umhlaba ulindile
Khula mntwana wami (khula ngane yam sikulindile)
We sipho sami (khula ntwana wami sikulindile)
Khula mntwana wami (khula ngane yami sikulindile)
We sipho sami
Khula ukhokhobe umhlaba ulindile

Uyisipho sami ngane yame (ngithi khula ngane yami)
Ngibong' ubukho bakho empilweni yami
Ngiyathembisa ngizokunakekela
Ube wumuntu emphakathini
Uyisipho sami ngane yame (ngithi khula ngane yami)
Uyisipho sami ngane yame
Ngibong' ubukho bakho empilweni yami (khula mntwana wami)
Ngiyathembisa ngizokunakekela
Ube wumuntu emphakathini
Uyisipho sami ngane yame (we sipho sami)

Uyisipho sami ngane yame (ngithi khula ngane yami)
Ngibong' ubukho bakho empilweni yami (we sipho sami)
Ngiyathembisa ngizokunakekela
Ube wumuntu emphakathini
Uyisipho sami ngane yame (khula mntwana wami)

Uyisipho sami ngane yame (khula mntwana wami)
Ngibong' ubukho bakho empilweni yami (ngithi khula ngane yami)
Ngiyathembisa ngizokunakekela
Ube wumuntu emphakathini
Uyisipho sami ngane yame (ngithi khula ngane yami)