Thula


Thula thula
Thula ungalili nana thula umama uzobuya
Thula
Oh thula thatha nanku usweety nana thula umama uzobuya

Mmmmh heya heya kuwe
Mus'ukusenza isihlungu esinjena
Ushiye ingani zizodwa
Ubuhambe uthe uzobuya
Naku sekushon'amalanga ah welele

Heya heya kuwe
Mus'ukusenza isihlungu esinjena
Ushiye ingani zizodwa
Ubuhambe uthe uzobuya
Naku sekushon'amalanga ah welele

Buya buya
Buya uyekhaya umama ekekho
Uthe uzobuya
Haye oh haye
Shiye usana lwakhe phandle buka
Amasi awasekho
Vuka vuka
Vuka sekusile phandle buka
Uthe uzobuya hey

Heya heya kuwe
Mus'ukusenza isihlungu esinjena
Ushiye ingani zizodwa
Ubuhambe uthe uzobuya
Naku sekushon'amalanga ah welele

Heya heya kuwe
Mus'ukusenza isihlungu esinjena
Ushiye ingani zizodwa
Ubuhambe uthe uzobuya
Naku sekushon'amalanga ah welele

Heya heya kuwe
Mus'ukusenza isihlungu esinjena
Ushiye ingani zizodwa
Ubuhambe uthe uzobuya
Naku sekushon'amalanga ah welele