Soul Brothers

Abantwana


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Sesikhathel'abantwana abalahlw'ezigangeni
Kodwa nas'isono
Sesikhathel'abantwana abalahlw'ezintabeni
Kodwa baph'abazali

Sesikhathel'abantwana
Abalahlw'ezigangeni
Kodwa nas'isono
Sesikhathel'abantwana
Abalahlw'ezintabeni
Kodwa baph'abazali

Niyobathola benilindile
Niyobafica naphambili
Niyobathola benilindile
Niyobafica naphambili

Sesikhathel'abantwana
Abalahlw'ezigangeni
Kodwa nas'isono
Sesikhathel'abantwana
Abalahlw'ezintabeni
Kodwa baph'abazali

Kodwa nas'isono
Kodwa nant'icala
Kodwa nant'usizi

Niyobathola benilindile
Niyobafica naphambili
Niyobathola benilindile
Niyobafica naphambili
Niyobathola benilindile
Niyobafica naphambili

Kodwa nas'isono
Kodwa nant'icala
Kodwa nant'usizi