
Akangalanga U Nomasonto
La kukhon'uthando bakithi
Nendlel'ikhona (Oh imhlophe futh'iyahambeka)
La kukhon'uthando bakithi
Nendlel'ikhona (Oh imhlophe bakithi futh'iyahambeka)
La kukhon'uthando bakithi
Nendlel'ikhona (Oh imhlophe)
Futh'imhloph'iyahambeka
Futh'imhloph'iyahambeka
Angek'ubahlukanise abantu besathandana (Ngek'ubahlukanise)
Angek'ubahlukanise bantu besathandana
Oh ngiyafunga ngithi ngeke
Angek'ubahlukanise bantu besathandana
Angeke, angeke, angeke, angek'ubehlukanise
Sithi zama ngeny'indela mngani wami
Akangalang'uNomasonto
Sithi zama ngeny'indela mngani wami
Akangalang'uNomasonto
Sithi zama ngeny'indela mngani wami
Akangalang'uNomasonto
Akangalanga mina uNomasonto
Ngamshelelwa uwe yini na?
Wamzwel'ubuhlungu kangaka yini na?
Ngamshelelwa uwe yini na?
Buya, buya, buya Nomasonto
Sihlale phansi
Sikhulume indab'iphele (Oh ngithi buya Nomasonto)
Buya, buya, buya Nomasonto
Sihlale phansi
Sikhulume indab'iphele (Oh buya sthandwa sami)
Buya, buya, buya Nomasonto
Sihlale phansi
Sikhulume indab'iphele
La kukhon'uthando bakithi
Nendlel'ikhona (Ngob'ikhona imhloph'iyahambeka)
La kukhon'uthando bakithi
Nendlel'ikhona (Oh imhlophe futh'iyahambeka)
La kukhon'uthando bakithi
Nendlel'ikhona (Yeb'ikhona)
Buya, buya, buya Nomasonto
Sihlale phansi
Sikhulume indab'iphele (Yeb'uzobuya themba lami)
Buya, buya, buya Nomasonto
Sihlale phansi
Sikhulume indab'iphele (Oh ngithi buya, buya Nomasonto)
Buya, buya, buya Nomasonto
Sihlale phansi
Sikhulume indab'iphele (Buya, buya, buya, sthandwa sam)
Buya, buya, buya Nomasonto
Buya, buya, buya Nomasonto (Aw phela)
Buya, buya, buya Nomasonto (Themba lam)
Buya, buya, buya Nomasonto (Aw themba lami)